Nontobeko Mabusi Enterprise

Nontobeko Mabusi Enterprise 🌿 Nontobeko Mabusi
Bringing the best of farm & kitchen to you! πŸ…πŸ² Fresh produce, delicious meals & catering for every occasion

Helping your table and garden flourish. βœ¨πŸ“ž 079 811 2148 / 069 365 9505

Balimi ngithi angithathe leli thuba namuhla ukth nginibonge nje noma ngibuye ngibambeke ngaveli kunina kodwa page lekhay...
20/09/2026

Balimi ngithi angithathe leli thuba namuhla ukth nginibonge nje noma ngibuye ngibambeke ngaveli kunina kodwa page lekhaya lenu alimile ukhula liyaqhube niyaleseka

Izandla zendlula ikhanda ngane zakwe ngyabonga kakhulu niqhubeka njalo nikholelwe kumina nothanda umsebenzi wam khathi zonke

Angilutho ngaphandle kwenu balimi abahle nibe nosuku oluhle oluhamba nezibusiso imizamo yenu ifezeke fth iphumelele

Sabonani balimi ekhaya lenu πŸ‘
15/09/2026

Sabonani balimi ekhaya lenu πŸ‘

Ayikho into eshesha njenge spinach balimi masuke usitshalile yazi kuba inyanga eyodwa nje bese siyalunga isivuno sakhona...
10/09/2026

Ayikho into eshesha njenge spinach balimi masuke usitshalile yazi kuba inyanga eyodwa nje bese siyalunga isivuno sakhona utshalile

bese uyaqala uthola amasenti amancane masuke udayisile ubeke uphinde fth uthenge izithombo ufake phansi emhlabathini kuya phileka khna abalimi kakhulu kazi masuke wimisela ngo msebenzi wakho akukho okungenzeki bakity

Asivuke sithathe balimi siphushe umsebenzi wethu siphinde fth siwunake kanye nothando

Balimi masuke utshala amazambane ungazishiyi izibi uzifake usuke wenzela ukth amazambane wakho abe clean angagconi ungal...
10/09/2026

Balimi masuke utshala amazambane ungazishiyi izibi uzifake usuke wenzela ukth amazambane wakho abe clean angagconi ungalokhu uwawasha

izibi zenza umsebenzi omningi owahlukene uzibeke kahle masuke unazo ungashisi khumbula ukth asilahli lutho njengoba singa balimi

10/09/2026



Balimi abahle ngyathemba niyaphila ngicela ukumaka register namuhla ngicela ukubona abantu abakhona namuhla bahlobo bamk...
09/09/2026

Balimi abahle ngyathemba niyaphila ngicela ukumaka register namuhla ngicela ukubona abantu abakhona namuhla bahlobo bam

kade wenza muphi umsebenzi namuhla ensimini yakho? lunjani nje ukhula ubheduka ngba phela kade linetha izulu kuvele kuthi vembuu

noma kwenzeka kumina ngendwa balimi abahle woza sixoxe ezo mndeni

Sabonani balimi abahle ngikhona njalo anginilahlile bakity yikho nje ukth ngibambekile umsebenzi mkhulu kakhulu bahlobo ...
08/09/2026

Sabonani balimi abahle ngikhona njalo anginilahlile bakity yikho nje ukth ngibambekile umsebenzi mkhulu kakhulu bahlobo bam

usekhona umlimi wenu akanilahlile bakity niyazi nani ukth sisuka kude fth sisaya kude nani balimi

Balimi kusuke kwenziwa yini ukth mase silungile isivuno emasimini amehlo abamaningi abonayo kodwa mangabe usatshala aban...
07/09/2026

Balimi kusuke kwenziwa yini ukth mase silungile isivuno emasimini amehlo abamaningi abonayo kodwa mangabe usatshala abanaki nhlobo nje

ubezwa bedlula bethi ilanga lishisa kangaka kodwa ensimini akwethiwa kuyavunwa kusho bona kuqala

Kwaphinda kwasa bahlobo bam namuhla sikhuluma nge ndaba yofutha kwezitshalo mangabe izulu kade linetha -izitshalo iziyaf...
07/09/2026

Kwaphinda kwasa bahlobo bam namuhla sikhuluma nge ndaba yofutha kwezitshalo mangabe izulu kade linetha

-izitshalo iziyafuthwa mangabe izulu kade linetha wenzela ukth kufe izifo esuke kade zishiwe imvula

-qinisekisa ukth ukala isikali okwisona esibhalwe ku muthi lowo osebenzisayo

-ungafutha nge malasol, copper fungicide, kemprin 200 leyo mithi inaso iskali sayo ukth ufaka into engakanani ngba mase weqise kakhulu iyashisa izitshalo

-kubalekile uphinde fth uzivikele ngayo imithi izitshalo ukth zingadliwa zilwane zikhule kahle

-balimi masuke uthenga imithi yofutha estolo buza phela ukth umuthi ngabe esetshenziswa kangaki lokho kuya siza kakhulu

-izitshalo ziyanakwa njenge ngane fth zidinga uthando olwane ukuze zikhule kahle xoxa nazo ensimini yakho

Ngicela imbuzo mangabe ikhona

Address

PO BOX NYONI MANDENI MACAMBINI AREA
Gingindlovu
2238

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00

Telephone

+27798112148

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Nontobeko Mabusi Enterprise posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Nontobeko Mabusi Enterprise:

Shortcuts

Share

Category