Ukukhanya kwedlozi

Ukukhanya kwedlozi Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Ukukhanya kwedlozi, Restaurant, Volkrust.

Thokozani makhehla ...lana sizokhuluma ngezinto eziphathelene nokulungiswa komsamu kanye namadlozi ..izinhlamba noku cwaya izinkolo zabantu asikuvumeli ngyabonga

15/10/2024

Thokozan bo Gogo wonke umuntu obekade angibhalela cela ashiye number ku inbox wam sikhulume lenkinga onayo

10/11/2021

Amen asisebenzen manje Odinga kuhlola ukeze no R10 MTN ku inbox Yam ngikhathele kusiza abantu bangakhanyisi abanye bangatholbangathola usizo abasanginaki R10 MTN SyahlolSyahlola manje ngyavalngyavala Ngo 19:00

14/08/2021

Kunabantu besfazane abavuka njalo ekusen bemanzi kusitho sanga sese
Ingoba ebusuku kunezilwane ezilala nabo esithi Otikolosho abanye baze bavuke belele phasi lento iyingozi ngoba akukho ndoda obanayo kan nakubo besilisa kuyenzeka uthole ubaba omndala engenamfazi futhi akazihluphi ngokuthatha umfazi angithi lezilwane zifika njalo maye lele kube ngathi ulele nomuntu wesfazane ....... siphila ezwen lapho sibhekana nobunzima kodwa kyalapheka uma uze wakubona wakusukumela Thokoza

14/08/2021

Amen zingane zagogo ngithi anginazise njee kuba ugogo ukusiza kuqala ulubone usizo ebese uyakhokha mawuthanda imali yam ungayi faka emfulen Ohambako ngakin izofika ku gogo

13/08/2021

Thokoza........nansi induku
Thola inkomishi uthele amanzi ebese ulayida izinti zibe ntathu ukhulume konke ukufisako Qede ubeke duze kwakho ulale uvuke ngo 12:00 ebusuku ukhuleke kulawo manzi nango 4:00 ekusen ukhuleke mase kuphume ilanga uwaphuze uzobuya uzobonga kim🙏🏽

03/08/2021

Amen ... isaziso
Angeke ngsakwaz kuhlola ngefon ngoba anilawuleki abanye bavele befone nango 3:00 entathakusa
Umuntu odinga usizo uzoza lapho ngihlala khona mina bengithi ngiba umuntu osizabantu nd bengingafune mali kumuntu

01/07/2021

Thokoza ekhaya bakithi mina angiwaz magundwane alethelana imali esheshako .... ngicela ningalinge njee ningifune loko imali uyithola ngomsebezi wakho
Ngyabonga

30/06/2021

Ngyafisa kuni siza nonke nginihlolele isimo sempilo kodwa nibaning ngyaxolisa umangabe ngakuphendulanga isiyo phumula ingonyama kwande 🙏🏽

30/06/2021

Abathandazi bamanga
Bazokufuna imali ngaphambi kokuba bakuhlolele into zakho
Thokoza angikho lapho bengidlula njee nam 🙏🏽

30/06/2021

Inyanga kayizelaphi

30/06/2021

Iziwasho nomuthi ngzoke ngini jele kabanzi ngaloku kuthi kusebenza kanjan
Ngoba futhi kunabantu okungamelanga bawusebenzise umuthi ngenxa yezidalwa namadlozi aba hamba nawo Thokoza

30/06/2021

Thokoza zindlondlo

Address

Volkrust

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00
Saturday 09:00 - 17:00

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ukukhanya kwedlozi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category