11/12/2025
Njengoba ugesi wasishwebisa iBlack Friday sangakwazi ukuyenza , next week sizoba ne kuma ๐ kuphela , R5 off kusuka kwawa R15 , R20 and R25 , sizophula oR5 , okshuthi awa R15 ayobe ewu R10 , awa R20 ewu R15 , awa R25 ewu R20.
Ngalokhu sibonga ukuthi noma unyaka ubenzima kakhulu ngakuthina maqondana nomsebenzi , kodwa niqhubekile naseseka to a point yokuthi nize nifike la esesisebenzela khona noma kukude kangakanani๐